2 iziKronike 11:1 - IsiZulu 20201 URehobhowamu esefikile eJerusalema, waqoqa yonke indlu yakwaJuda nesizwana sakwaBhenjamini, abantu abakhethiweyo abayizi-180 000, amabutho, ukuze balwe nendlu yakwa-Israyeli, umbuso bawubuyisele kuye uRehobhowamu, indodana kaSolomoni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 URehobowamu esefikile eJerusalema wabutha indlu yakwaJuda noBenjamini, abantu abakhethiweyo abayizinkulungwane eziyikhulu namashumi ayisihiyagalombili, amabutho, ukuba balwe no-Israyeli, bawubuyisele umbuso kuRehobowamu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20241 URehobowamu esefikile eJerusalema, wabutha endlini yakwaJuda nakwaBenjamini amadoda akhethiweyo ayizinkulungwane eziyikhulu namashumi ayisishiyagalombili, ukuba alwe no-Israyeli, abuyisele ubukhosi kuRehobowamu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |