2 iziKronike 10:16 - IsiZulu 202016 Wonke u-Israyeli lapho ebona ukuthi inkosi ayibalalelanga, abantu bayiphendula inkosi, bathi: “Sinasabelo sini kuDavide na? Asinafa endodaneni kaJese. Israyeli, buyela emathendeni akho, zibhekele indlu yakho manje, Davide.” U-Israyeli wabuyela emathendeni akhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE16 Wonke u-Israyeli esebonile ukuthi inkosi ayibalalelanga, abantu babuyisela izwi enkosini, bathi: “Sinasabelo sini kuDavide na? Ifa asinalo endodaneni kaJese. Yilowo nalowo makaye etendeni lakhe, Israyeli; zibhekele indlu yakho manje, Davide.” Wayesesuka u-Israyeli wonke, waya ematendeni akhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202416 Kwathi wonke uIsrayeli esebonile ukuthi inkosi kayibalalelanga, abantu baphendula inkosi, bathi: Silesabelo sini kuDavida? futhi asinafa endodaneni kaJese; yilowo nalowo makaye ematendeni akho, Israyeli! Manje, Davide, gcina indlu yakho. Khona-ke wonke u-Israyeli waya ematendeni abo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |