2 iziKronike 10:15 - IsiZulu 202015 Inkosi ayibalalelanga abantu, ngokuba lokho kwakuvela kuSimakade, ukuze uSimakade agcwalise izwi alikhuluma ngomlomo ka-Ahiya waseShilo kuJerobhowamu, indodana kaNebhathi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE15 Inkosi ayibalalelanga abantu, ngokuba kwakuyisiyiba esivela kuNkulunkulu, ukuze uJehova amise izwi lakhe alikhulumayo ngesandla sika-Ahiya waseShilo kuJerobowamu indodana kaNebati. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202415 Ngalokho inkosi ayizange ibalalele abantu, ngokuba le ndaba yayingekaNkulunkulu, ukuze uJehova afeze izwi lakhe alikhuluma ngesandla sika-Ahiya waseShilo kuJerobowamu indodana kaNebati. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |