Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 10:1 - IsiZulu 2020

1 URehobhowamu waya eShekemi, ngokuba wonke u-Israyeli wayeye lapho eShekemi ukuba ambeke, abe yinkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 URehobowamu waya eShekemi, ngokuba wonke u-Israyeli wayefikile eShekemi ukumbeka inkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 URehobowamu waya eShekemi, ngokuba wonke u-Israyeli wafika eShekemi ukumbeka inkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 10:1
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

u-Abhrama wadabula kulo waze wafika eShekhemu nasemu-okhini eMore. Ngaleso sikhathi kulelo lizwe kwakusakhe amaKhanani.


Wonke lawa mabutho ayehlelwe ngendlela yokulwa, afika eHebhroni ngenhloso eyodwa, yokuzobeka uDavide ukuba abe yinkosi kwa-Israyeli, nabo bonke abaseleyo bakwa-Israyeli babenhliziyonye ukubeka uDavide abe yinkosi.


Indodana kaSolomoni kwakunguRehobhowamu, yena wazala u-Abhiya. U-Abhiya wazala u-Asa; u-Asa wazala uJehoshafathi.


Kwathi ukuba uJerobhowamu, indodana kaNebhathi owayebalekele eGibhithe ngenxa yokwesaba inkosi uSolomoni, akuzwe lokho, wabuya eGibhithe.


USolomoni wayesekhothama, bamngcwaba kokhokho bakhe, emzini kaDavide uyise. URehobhowamu, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


uSolomoni wazala uRehobhowamu, uRehobhowamu wazala u-Abiya, u-Abiya wazala u-Asafa;


Behlukanisa iKadeshi eGalile ezintabeni kwaNafethali, iShekhemi ezintabeni kwa-Efrayimi, iKiriyathi Arbha eliyiHebhroni ezintabeni kwaJuda.


UJoshuwa wayeseqoqa zonke izizwana zakwa-Israyeli eShekhemi, wabiza amalunga akwa-Israyeli, izinhloko, abehluleli, nezikhulu, bema phambi kukaNkulunkulu.


U-Abhimelekhi, indodana kaJerubhali, waya eShekhemi ezihlotsheni zikanina nakubo bonke abomndeni wasekhayakonina, wathi:


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ