Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 1:6 - IsiZulu 2020

6 USolomoni wakhuphuka waya e-althare lethusi elaliphambi kukaSimakade, lisethendeni lokuhlangana, wanikela kulo ngeminikelo yokushiswa eyinkulungwane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 USolomoni wanikela khona phambi kukaJehova e-altare lethusi elalingasetendeni lokuhlangana, wanikela ngeminikelo eyinkulungwane yokushiswa phezu kwalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 USolomoni wakhuphukela khona e-altare lethusi phambi kukaJehova elalingasetendeni lokuhlangana, wanikela phezu kwalo iminikelo yokushiswa eyinkulungwane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 1:6
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi uSolomoni yaya eGibheyoni ukuyokwenza umhlatshelo khona, ngokuba kwakuyiyona ndawo ephakemeyo, enkulu. USolomoni wanikela ngeminikelo yokushiswa eyinkulungwane kulelo althare.


Inkosi uSolomoni nayo yonke inhlangano yakwa-Israyeli eyayihlangene lapho nayo phambi komphongolo, bahlaba izimvu nezinkomo ezingenakubalwa ngenxa yobuningi bazo.


USolomoni wanikela ngomhlatshelo weminikelo yokuthula, awunikela kuSimakade, izinkunzi eziyizi-22 000, nezimvu eziyizi-120 000. Inkosi nabo bonke abakwa-Israyeli bayibusisa indlu kaSimakade.


Ngakusasa bamhlabela uSimakade imihlatshelo, banikela ngeminikelo yokushiswa kuSimakade: izinkunzi eziyinkulungwane, izinqama eziyinkulungwane, amawundlu ayinkulungwane neminikelo yakho yokuphuzwayo, nemihlatshelo eminingi evela ku-Israyeli wonke.


USolomoni wanikela lapho ngeminikelo yokushiswa kuSimakade, e-althare likaSimakade ayelakhe phambi kompheme,


ILebhanoni alanele ukushisa, nezilwane ezikulo azanele ukuba zibe ngumnikelo wokushiswa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ