Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 1:3 - IsiZulu 2020

3 USolomoni wahamba nebandla lonke elalinaye, baya endaweni ephakemeyo eGibheyoni, ngokuba lalilapho ithende lokuhlangana likaNkulunkulu elalenziwe ehlane nguMose, inceku kaSimakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Wahamba uSolomoni, nebandla lonke linaye, waya endaweni ephakemeyo yaseGibeyoni, ngokuba kwakukhona lapho itende lokuhlangana likaNkulunkulu elalenziwe nguMose inceku kaJehova ehlane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 USolomoni nebandla lonke bahamba naye baya endaweni ephakemeyo eyayiseGibeyoni; ngoba kwakukhona lapho itende lokuhlangana likaNkulunkulu uMose inceku kaJehova alenza ehlane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 1:3
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bawukhuphula umphongolo kaSimakade, nethende lokuhlangana, nazo zonke izinto ezingcwele ezazisethendeni, abaphristi nabaLevi bawukhuphula.


Washiya uZadoki, umphristi, nabafowabo, abaphristi, phambi kwethabanakeli likaSimakade, endaweni ephakemeyo eyayiseGibheyoni,


Ngokuba ithabanakeli likaSimakade ayelenzile uMose ehlane, ne-althare lomnikelo wokushiswa kwakusendaweni ephakemeyo eGibheyoni ngaleso sikhathi,


USolomoni wabuya endaweni ephakemeyo eGibheyoni, ethendeni lokuhlangana, waya eJerusalema, wabusa u-Israyeli.


Bonke ababeyizingcweti phakathi kwabo, bakha ithabanakeli ngamakhethini alishumi elineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo, nangokuluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwebezane, nangokubomvu, kwathi ngobugcweti obukhulu bawahlobisa ngamakherubhi.


“Ngosuku lokuqala lwenyanga yokuqala uyakulimisa ithabanakeli lethende lokuhlangana.


Ifu lalisibekela ithende lokuhlangana, inkazimulo kaSimakade yagcwalisa ithabanakeli.


USimakade wabiza uMose wakhuluma naye esethendeni lokuhlangana, wathi:


UMose inceku kaSimakade wafela khona lapho kwaMowabi, njengezwi likaSimakade.


Kepha izakhamuzi zaseGibheyoni lapho zizwa ngalokho uJoshuwa ayekwenze kulo iJerikho ne-Ayi,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ