Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 1:17 - IsiZulu 2020

17 Bathenga eGibhithe inqola, bayidayisa ngamashekeli esiliva angama-600, ihhashi lilinye libiza amashekeli ayi-150. Bathengisela wonke amakhosi amaHithi namakhosi ama-Aramu ngaleyo ndlela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Bakhuphula, bakhipha eGibithe inqola ngamashekeli* angamakhulu ayisithupha esiliva, nehhashi ngayikhulu namashumi ayisihlanu; bawakhiphela kanjalo onke amakhosi amaHeti namakhosi ase-Aramu ngezandla zabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Bakhuphuka bakhipha eGibithe inqola ngamashekeli angamakhulu ayisithupha esiliva, nehhashi ngekhulu namashumi ayisihlanu; kanjalo bakhiphela onke amakhosi amaHeti namakhosi ase-Aramu amahhashi ngesandla sabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 1:17
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bathenga inqola eGibhithe, bayikhuphula ngamashekeli esiliva angama-600, nehhashi ngamashekeli ayi-150; bakuthengisa kanjalo nabo kuwo wonke amakhosi amaHithi namakhosi ase-Aramu.


Kepha akasukanga ekulandeleni izono zikaJerobhowamu, indodana kaNebhathi, onisa ngazo u-Israyeli, namathole egolide ayeseBhethele nakwaDani awasuswanga.


Amahhashi kaSolomoni ayevela eGibhithe naseKhuwe. Labo ababehwebela inkosi babewathenga eKhuwe.


USolomoni wakhipha umyalo wokuba kwakhelwe igama likaSimakade indlu nesigodlo sombuso wakhe.


USolomoni bamlethela amahhashi evela eGibhithe nasemazweni onke.


Ngikufanisa nehhashi lami lensikazi phakathi kwezinqola zempi kaFaro, sithandwa sami.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ