2 iziKronike 1:14 - IsiZulu 202014 USolomoni waqoqa izinqola nabamahhashi, waba nezinqola eziyi-1 400, nabamahhashi abayizi-12 000, wakubeka emizini yezinqola naseJerusalema, lapho ayehlala khona. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 USolomoni wabutha izinqola nabamahhashi; wayenezinqola eziyinkulungwane namakhulu amane nabamahhashi abayizinkulungwane eziyishumi nambili, owakubeka emizini yezinqola nasenkosini eJerusalema. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202414 USolomoni wabutha izinqola nabamahhashi, waba nezinqola eziyinkulungwane namakhulu amane nabamahhashi abayizinkulungwane eziyishumi nambili, wakubeka emizini yezinqola nasenkosini eJerusalema. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |