2 iziKronike 1:11 - IsiZulu 202011 UNkulunkulu wayesethi kuSolomoni: “Ngenxa yokuthi lokhu kuvela enhliziyweni yakho ukuba ungaceli ingcebo, imfuyo, nodumo, nokuba abakuzondayo bafe, futhi ungacelanga ukuphila isikhathi eside, kodwa ucele ukuhlakanipha nokwazi ukuze wehlulele abantu bami engikubeke ukuba ube yinkosi yabo; အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE11 Wayesethi uNkulunkulu kuSolomoni: “Ngenxa yokuba lokho kwakusenhliziyweni yakho, ungacelanga ingcebo, nemfuyo, nodumo, nokuphila kwabakuzondayo, futhi ungacelanga imihla eminingi, kepha wazicelela ukuhlakanipha nokwazi ukuba wahlulele abantu bami engikubeke inkosi phezu kwabo, အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202411 UNkulunkulu wathi kuSolomoni: “Ngenxa yokuthi kwakusenhliziyweni yakho, futhi awucelanga ingcebo, nengcebo, noma udumo, noma ukuphila kwezitha zakho, futhi awucelanga ukuphila isikhathi eside; kepha wacela ukuhlakanipha kwakho nokwazi kwakho ukuba wahlulele abantu bami engikubeke inkosi ngabo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |