Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 AmaKhosi 4:4 - IsiZulu 2020

4 Ngena, uzivalele wena namadodana akho, uthele kuzo zonke lezo zitsha, uzibeke eceleni esezigcwele.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Wongena, uzivalele ngesivalo, wena namadodana akho, uthele ezitheni zonke lezo, ubeke ezigcweleyo eceleni.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Lapho ungena, kumelwe ukhiyele wena namadodana akho umnyango futhi uthele kuzo zonke lezo zitsha, futhi kumelwe ubeke eceleni ezigcwele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 AmaKhosi 4:4
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesethi: “Hamba uyotsheleka izitsha ezingenalutho kubo bonke omakhelwane bakho, zibe ziningi.


Wasuka kuye, wazivalela yena namadodana akhe; wona aletha kuye, yena wathela.


Hambani bantu bami, niye ezindlini zenu, nizivalele khona, nicashe isikhashana, luze lwedlule ulaka.


Kepha nxa ukhuleka, ngena ekamelweni lakho, uthi usuvale umnyango wakho, ukhuleke kuYihlo osekusithekeni; uYihlo obona ekusithekeni uzakukuvuza.


Bamhleka usulu. Kepha esebakhiphile bonke ababesendlini, wathatha uyise nonina womntwana nababenaye, wangena nabo lapho umntwana ayekhona.


Ngakho-ke uJesu wathatha izinkwa, wabonga, wayesezabela ababehleli lapho, wenza kanjalo futhi nangezinhlanzi, njengokuthanda kwabo.


Kepha uPhethro esebakhiphele ngaphandle bonke, waguqa ngamadolo, wakhuleka, wayesephendukela esidunjini, wathi: “Thabitha, vuka!” Wavula amehlo akhe, wabona uPhethro, wayesehlala.


KuYena onamandla okwenza okukhulu kakhulu kunakho konke esikucelayo nesikuqondayo ngokwamandla asebenza kithi,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ