Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 8:12 - IsiZulu 2020

12 iyakuzibekela wona abe yizinduna zezinkulungwane nezinduna zama-50, alime umhlabathi wayo, avune isivuno sayo, enze izikhali zayo zempi nempahla yezinqola zayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 iyakuzibekela wona abe yizinduna zezinkulungwane nezinduna zamashumi ayisihlanu, alime umhlabathi wayo, avune isivuno sayo, enze izikhali zayo zokulwa nempahla yezinqola zayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Iyakummisa abe yinduna yenkulungwane nenduna yamashumi ayisihlanu; futhi iyozimisela ukuba zilime insimu yayo, zivune isivuno sayo, yenze izikhali zayo zempi nezinqola zayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 8:12
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USolomoni wayenezinduna ezili-12, phezu kwabo bonke abakwa-Israyeli, ezazilethela inkosi nabendlu yayo ukudla; yileyo naleyo yayiletha ukudla inyanga eyodwa ngonyaka.


UMose wazithukuthelela iziphathimandla zempi, izinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu, ezazibuya empini.


USawule wathi ezincekwini zakhe ezazimile: “Lalelani lapha nina bakwaBhenjamini; indodana kaJese yiyo yini ezoninika nonke amasimu nezivini, inenze nonke nibe yizinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu na?


Iyakuthatha amadodakazi enu abe ngabathaki bamakha, nabapheki, nababhakizinkwa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ