1 Samuweli 5:2 - IsiZulu 20202 AmaFilisti awuthatha umphongolo kaNkulunkulu, awungenisa endlini kaDagoni, awubeka eceleni kukaDagoni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE2 AmaFilisti awuthatha umphongolo kaNkulunkulu, awungenisa endlini kaDagoni, awubeka ngakuye uDagoni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20242 Lapho amaFilisti ewuthatha umphongolo kaNkulunkulu, awungenisa endlini kaDagoni, awubeka kuDagoni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
kepha uziphakamisile wamelana neNkosi yasezulwini. Balethe kuwe izitsha zendlu yakhe; wena, nezinduna zakho, nomkakho, nezancinza zakho naphuza iwayini ngazo. Wena ubadumisile onkulunkulu besiliva, abegolide, abethusi, abensimbi, abomuthi, nabetshe, abangaboni, abangezwa, abangazi, kodwa awumdumisanga uNkulunkulu omphefumulo wakho usesandleni sakhe, nokungezakhe zonke izindlela zakho.