1 Samuweli 28:3 - IsiZulu 20203 USamuweli wafa; wonke u-Israyeli wamkhalela, wamngcwaba emzini wakhe, eRama. USawule wayebaxoshile ezweni bonke abantu abanamadlozi nabathakathi phakathi kwesizwe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 USamuweli wayesefile; wonke u-Israyeli wamkhalela, wammbela eRama umuzi wakhe. USawule wayexoshile ezweni abanamadlozi phakathi kwabo nabathakathi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20243 USamuweli wayesefile, wonke u-Israyeli wamlilela, wammbela eRama, yebo, emzini wakubo. USawule wayikhipha imimoya yabafileyo nabathakathi ezweni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |