1 Samuweli 28:1 - IsiZulu 20201 Kwathi ngalezo zinsuku amaFilisti aqoqa amabutho awo ukuba aphume ayokulwa no-Israyeli. U-Akhishi wathi kuDavide: “Yazi ngokweqiniso ukuthi uzophuma impi nami, wena nabantu bakho.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Kwathi ngalezo zinsuku amaFilisti abutha amabutho awo ukuba aphume impi no-Israyeli. U-Akhishi wathi kuDavide: “Yazi nokwazi ukuthi uyakuphuma impi nami, wena nabantu bakho.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20241 Ngalezo zinsuku amaFilisti abutha amabutho awo ukuba alwe no-Israyeli. Wayesethi u-Agi kuDavide: “Yazi impela ukuthi uyakuphuma nami ukuya empini, wena nabantu bakho; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |