Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 25:41 - IsiZulu 2020

41 Wasukuma, wakhothama, ubuso bakhe bubheke phansi, wathi: “Bheka, incekukazi yakho mayibe yisigqila esigeza izinyawo zezinceku zenkosi yami.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Wasukuma, wakhothama, ubuso bakhe bubheke phansi, wathi: “Bheka, incekukazi yakho mayibe yisigqilakazi sokugeza izinyawo zezinceku zenkosi yami.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

41 Wasukuma wakhothama ngobuso emhlabathini, wathi: “Bheka, incekukazi yakho mayibe yisigqila sokugeza izinyawo zezinceku zenkosi yami.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 25:41
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Makulethwe amanzi, nigeze izinyawo, bese niphumula emthunzini.


Ukwesaba uSimakade kungumyalo wokuhlakanipha, nokuthobeka kwendulela udumo.


Inhliziyo yomuntu iyaziqhenya ngaphambi kokuba abhujiswe, kanti ukuthobeka kwandulela udumo.


Wayeshumayela ethi: “Emva kwami kuza onamandla kunami, engingafanele nokuba ngikhothame ngithukulule umchilo wezicathulo zakhe.


Kufanele ukuba aziwe ngemisebenzi emihle, njengalowo okhulise kahle abantwana, obe nokuphana ezihambini, ogeze izinyawo zabangcwele, osize abahluphekayo, futhi ozinikele ekwenzeni yonke imisebenzi emihle.


URuthi wakhothama wathi mbo ngobuso emhlabathini, wathi kuBhowazi: “Yini ukuba ube nomusa ongaka, uze unginakekele kangaka ngibe ngingowezizwe, na?”


URuthi wayesethi: “Ungiphathe kahle mnumzane, wangiduduza ngokukhuluma kahle nami, nakuba ngingeyena omunye wezincekukazi zakho.”


Lapho u-Abhigayili embona uDavide, washesha wehla embongolweni yakhe, wakhothama wathi mbo ngobuso phambi kukaDavide.


Izinceku zikaDavide sezifikile ku-Abhigayili eKharmeli, zakhuluma naye, zathi: “UDavide usithume kuwe ukuba akuthathe, ube ngumkakhe.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ