Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 25:40 - IsiZulu 2020

40 Izinceku zikaDavide sezifikile ku-Abhigayili eKharmeli, zakhuluma naye, zathi: “UDavide usithume kuwe ukuba akuthathe, ube ngumkakhe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Izinceku zikaDavide sezifikile ku-Abigayili eKarmeli, zakhuluma kuye, zathi: “UDavide usithumile kuwe ukuba akuthathe, ube ngumkakhe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

40 Izinceku zikaDavide sezifikile ku-Abigayili eKarmeli, zakhuluma kuye, zathi: “UDavide usithume kuwe ukuba akuthathe ube ngumkakhe;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 25:40
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bheka, nangu uRibheka phambi kwakho. Mthathe uhambe naye, abe ngumfazi wendodana yenkosi yakho, njengoba ekhulumile uSimakade.”


Owesifazane onomusa uzuza udumo, kodwa izidlova zizuza ingcebo.


UDavide wezwa ukuthi uNabali ufile, wathi: “Makadunyiswe uSimakade omele indaba yehlazo lami lapho uNabali engihlazisa, ovimbele inceku yakhe ebubini, wabuyisela ububi bukaNabali kuye.” UDavide wathumela wakhuluma no-Abhigayili ukuba amthathe abe ngumkakhe.


Wasukuma, wakhothama, ubuso bakhe bubheke phansi, wathi: “Bheka, incekukazi yakho mayibe yisigqila esigeza izinyawo zezinceku zenkosi yami.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ