1 Samuweli 25:31 - IsiZulu 202031 Lokhu akuyukuba yisikhubekiso kuwe, kungabi nesazela enhliziyweni yenkosi yami ukuthi uchithe igazi ngeze nokuthi inkosi yami iziphindiselele. Kuyothi lapho uSimakade eseyenzele inkosi yami okuhle, iyikhumbule incekukazi yakho.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE31 akuyikuba yisikhubekiso kuwe, kungabi nesanya enhliziyweni yenkosi yami ukuthi uchithile igazi ngeze nokuthi inkosi yami izisindisile; kepha lapho uJehova eseyenzele inkosi yami okuhle, khumbula incekukazi yakho.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202431 kungabi kini usizi noma isikhubekiso senhliziyo enkosini yami, ukuthi nichithe igazi ngeze, noma ukuthi inkosi yami iziphindisele; kepha uma uJehova enze okuhle enkosini yami, khumbula inceku yakho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |