Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 24:8 - IsiZulu 2020

8 UDavide naye wasuka kamuva, waphuma emgedeni, wammemeza uSawule, wathi: “Nkosi yami, nkosi!” USawule wabheka emuva, uDavide wakhothama wathi mbo ngobuso, wakhuleka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Naye uDavide wasuka ngasemuva, waphuma emhumeni, wamemeza emva kukaSawule, ethi: “Nkosi yami, nkosi!” USawule wabheka emuva, uDavide wakhothamela phansi ngobuso, wakhuleka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 UDavide naye wasukuma emva kwalokho waphuma emhumeni, wabiza uSawule emva kwakhe, wathi: “Nkosi yami, nkosi! USawule wabheka emuva, uDavide wakhothama, ubuso bakhe bubheke phansi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 24:8
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Abhrama wakhothama wathi mbo ngobuso, uNkulunkulu wathi kuye:


UBhathi Sheba wayesekhothama wathi mbo ngobuso bakhe phansi, wakhuleka enkosini, wathi: “Mana njalo, nkosi yami, nkosi Davide.”


Hlonipha uyihlo nonyoko ukuze izinsuku zakho zande ezweni, uSimakade uNkulunkulu wakho akunika lona.


Nikani bonke okubafaneleyo: intela kofanele intela; inkokhelo kofanele inkokhelo; ukwesaba kofanele ukwesatshwa; udumo kofanele udumo.


Bahlonipheni bonke, nibathande abazalwane, nesabe uNkulunkulu, futhi niyihloniphe inkosi.


Esehambile umfana, uDavide wavuka ngaseningizimu, wawa phansi ngobuso bakhe, wakhothama kathathu; bangana, bakhala, yilowo nalowo ekhalela umngani wakhe, uDavide wakhala kakhulu.


UDavide wabathiya abantu bakhe ngalawo mazwi, akaze abavumela ukuba bamvukele uSawule. USawule wasuka emgedeni, waqhubeka nohambo.


UDavide wayesethi kuSawule: “Uwalaleleleni amazwi abekhulunywa ngabantu abathi: ‘Bheka, uDavide ufuna ukukulimaza’?


USawule walazi izwi ukuthi ngelikaDavide, wathi: “Yizwi lakho lelo, ndodana yami Davide na?” UDavide wathi: “Yizwi lami, nkosi yami, nkosi.”


Wathi kuye: “Unesimo esinjani, na?” Wathi: “Kukhuphuka ixhegu limbozwe ngengubo.” USawule wazi ukuthi nguSamuweli, wakhothama wathi mbo ngobuso emhlabathini.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ