1 Samuweli 24:11 - IsiZulu 202011 Futhi-ke baba, awubheke nanku umphetho wengubo yakho esandleni sami ngokuba ngiwusikile, angikubulalanga. Yazi, ubone ukuthi akukho nhloso embi kimi ngawe; angikonanga ngalutho, kodwa nguwe ozingela impilo yami ukuze ungibulale. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE11 Futhi, baba, bheka, yebo, bheka, umphetho wengubo yakho usesandleni sami, ngokuba lokhu ngasika umphetho wengubo yakho ngingakubulalanga, yazi, ubone ukuthi akukho bubi nasiphambeko esandleni sami, angonanga kuwe, noma uqamekela ukuphila kwami ukuba ukuthathe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202411 Ngaphezu kwalokho, baba, bheka, yebo, bheka isicephu sejazi lakho esandleni sami; ngenxa yokuthi nganquma isiqephu sengubo yakho, angikubulalanga, uyazi, uyabona ukuthi akukho bubi nasiphambeko esandleni sami, futhi angonanga kuwe; nokho nifuna umphefumulo wami ukuwuthatha. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Bhekani, ngilapha: fakazani ngami phambi kukaSimakade naphambi kogcotshiweyo wakhe, ukuthi ngake ngathatha inkabi kabani, noma imbongolo kabani, ngubani engimqolile, ngicindezele bani futhi ngemukele ukufunjathiswa okuvela esandleni sikabani ukuze amehlo ami avalwe yikho na? Lokho ngiyakukubuyisela kini.”