Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 23:5 - IsiZulu 2020

5 UDavide namabutho akhe baya eKheyila, balwa namaFilisti, badla izinkomo zawo, bawashaya bawaqothula. Wayesezihlenga uDavide izakhamuzi zaseKheyila.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 UDavide nabantu bakhe baya eKeyila, balwa namaFilisti, bathumba izinkomo zawo, bawaceka ngokuceka okukhulu. Wayesebasindisa uDavide abaseKeyila.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 UDavide nabantu bakhe baya eKehila, balwa namaFilisti, bathumba izinkomo zawo, bawabulala ngokuceka okukhulu. Kanjalo uDavide wabasindisa abakhileyo eKehila.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 23:5
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wangibhincisa amandla okulwa; ababengivukele wabathobisa phansi kwami.


Ngazilimaza, azakwazi ukuvuka, zawa phansi kwezinyawo zami.


abaphindisela okuhle ngokubi, bengethwesa icala, ngokuba mina ngenza okulungileyo.


Kwaphinde kwaqubuka impi, uDavide waphuma wayokulwa namaFilisti, wabulala amaningi; asindayo acela empunzini.


UDavide waphinda wabuza kuSimakade. USimakade wamphendula wathi: “Suka wehlele eKheyila, ngokuba amaFilisti ngizowanikela esandleni sakho.”


Ngesikhathi u-Abhiyathara, indodana ka-Ahimelekhi, ebaleka eya kuDavide eKheyila, wehla ephethe ingubo yamahlombe ngesandla sakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ