1 Samuweli 23:22 - IsiZulu 202022 Ake nihambe, niqinisekise impela, nazi, futhi nibone ukuthi ukuphi nokuthi ngubani ombone lapho, ngokuba ngizwile ukuthi wenza izinto ngobuhlakani obumangalisayo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE22 Manihambe, niqinise, nazi, nibone indawo yakhe lapho kukhona unyawo lwakhe nokuthi ubonwe ngubani khona, ngokuba ngitsheliwe ukuthi unobuqili impela. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202422 Hambani nizilungisele, nazi, nibone indawo yakhe lapho ehlala khona nokuthi ngubani owambona khona; ngoba ngitsheliwe ukuthi wenza ubuqili obukhulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |