Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 2:33 - IsiZulu 2020

33 Kepha umuntu engingayukumsusa e-althare lami phambi kwakho, yilowo oyoletha izinyembezi aze afiphazeke amehlo akho, noyogcwalisa umphefumulo wakho ngosizi. Bonke abendlu yakho bayakufa sebengamadoda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Kepha angiyikumnquma umuntu wakho e-altare lami ukuba aqede amehlo akho, abangele usizi umphefumulo wakho; yonke inzalo yendlu yakho iyakufa isebudodeni bayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

33 Umuntu wakini engingayikumbhubhisa kumama, uyakuqeda amehlo akho, enze inhliziyo yakho ibe lusizi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 2:33
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uhlabe izinkabi, amathole akhuluphalisiweyo, nezimvu okuningi, wamema wonke amadodana enkosi, u-Abhiyathara umphristi, uJowabe umkhuzi wempi, kodwa uSolomoni, inceku yakho, akazange ammeme.


Abantu ababemlandela, bemsiza futhi ecebisana nabo u-Adoniya, kwakunguJowabe, indodana kaZeruya no-Abhiyathara, umphristi.


nakhu engiyokwenza kini: ngiyonehlisela ingebhe, ufuba, umkhuhlane ovala amehlo, nokudangala komphefumulo. Niyotshala imbewu ningazuzi lutho, kudliwe yizitha zenu ebenikutshalile.


futhi uyakukubona ukuhlupheka kwendlu yami. Nakuba konke okuhle kuyakwenzelwa u-Israyeli, kodwa akuyukuba bikho ngwevu endlini yakho, kuze kube phakade.


“ ‘Lokhu kuyakuba yisiboniso kuwe esiyakwehlela amadodana akho amabili, uHofini noFinehasi; ngalusuku lunye, bayakufa bobabili.


Inkosi yathi kuDowegi: “Phenduka nawe, ubabulale abaphristi.” UDowegi wakwa-Edomi waphenduka, wababulala abaphristi ababalelwa ema-85, ababembethe ingubo yamahlombe, ngalolo lusuku.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ