Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 17:5 - IsiZulu 2020

5 Wayefake isigqokosivikeli sethusi ekhanda, egqoke ibhantshi lensimbi. Isisindo sebhantshi sasingamashekeli ethusi ayizi-5 000.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Wayenesigqoko sethusi ekhanda, egqoke ibhantshi lensimbi; isisindo sebhantshi sasingamashekeli* ayizinkulungwane eziyisihlanu ethusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Wayenesigqoko sethusi ekhanda lakhe, ebhince isihlangu sesifuba; isisindo sengubo sasingamashekeli ayizinkulungwane eziyisihlanu ethusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 17:5
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bophelani amahhashi, nigibele amahhashi empi, nime ngomumo; nifake izigqokozivikeli, nemikhonto eloliwe, nembathe namabhantshi ensimbi.


namukele futhi isigqoko sensindiso, nenkemba kaMoya eyizwi likaNkulunkulu,


Kwaphuma enkanjini yamaFilisti iqhawe elikhulu, igama lalo kunguGoliyathi waseGathi. Ubude bakhe babungamakhubhithi ayisithupha nesandla.


Wayenezivikelo zethusi emilenzeni, nengcula yethusi phakathi kwamahlombe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ