1 Samuweli 14:35 - IsiZulu 202035 USawule wamakhela uSimakade i-althare; lelo kwaba yi-althare lokuqala alakhela uSimakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE35 USawule wamakhela uJehova i-altare; kwakuyi-altare lokuqala amakhela lona uJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202435 USawule wamakhela uJehova i-altare; laliyi-altare lokuqala elakhela uJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
USawule wathi: “Hlakazekani phakathi kwabantu, nibatshele bonke, nithi: ‘Akube yilowo nalowo alethe kimi inkabi yakhe, omunye imvu yakhe, nikuhlabe lapha kule ndawo, nikudle, ningabe nisona kuSimakade ngokudla okunegazi.’ ” Abantu baletha, kwaba yilowo nalowo inkabi yakhe, bakuhlaba bona mathupha lapho.