1 Samuweli 14:31 - IsiZulu 202031 Ngalo lolo suku babulala amaFilisti kusukela eMikhimashi kuze kube se-Ajaloni. Abantu baphelelwa ngamandla ngokwedlulele. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE31 Babulala amaFilisti ngalolo suku kusukela eMikimashi kuze kube se-Ajaloni; abantu baphela amandla kakhulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202431 Bawachitha amaFilisti ngalolo suku kusukela eMigimashi kuze kube se-Ajaloni, futhi abantu badinwa kakhulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |