Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 14:21 - IsiZulu 2020

21 Nalawo maHebheru ayekade eseqembukele kumaFilisti nawo akhuphukela enkanjini ayizungeza nxazonke, ayeseba nabakwa-Israyeli ababenoSawule noJonathani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 AmaHeberu ayenamaFilisti kuqala nawo akhuphukela ekamu* nxazonke, aphendukela kwabakwa-Israyeli ababe noSawule noJonathani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

21 AmaHeberu ayekanye namaFilisti ngaphambi kwaleso sikhathi, akhuphukela ekamu nawo evela emazweni azungezile, nawo aphenduka ukuba abe nama-Israyeli ayenoSawule noJonathani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 14:21
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwabizwa wonke amadoda akwa-Israyeli, kwaNafethali nakwa-Asheri nakulo lonke elakwaManase, abaxosha abakwaMidiyani.


Abakhuzi bempi yamaFilisti bamthukuthelela, bathi kuye: “Mbuyisele emuva lowo muntu, makabuyele endaweni yakhe ombeke kuyo, angehli nathi aye empini, funa abe yisitha sethu empini. Yini lo angazincengela ngayo enkosini yakhe uma engezincengele ngamakhanda alawo madoda na?


Qinani nibe ngamadoda nina maFilisti ukuze ningabi yizigqila zamaHebheru, njengoba ebeyizigqila zenu. Yibani ngamadoda, nilwe!”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ