Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 1:6 - IsiZulu 2020

6 Isitha sakhe sasimchukuluza ukuze simthukuthelise, ngokuba uSimakade wayesivalile isibeletho sakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Isitha sakhe samncokoloza kakhulu ukuba amthukuthelise, ngokuba uJehova wayesivalile isizalo sakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Isitha sakhe samgcona ukuthi simthukuthelise, ngoba uJehova wayesivalile isizalo sakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 1:6
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

URaheli ebona ukuthi akamzalele bantwana uJakobe, waba nomona ngodadewabo, wayesethi kuJakobe: “Nginike abantwana; kungenjalo ngizokufa.”


UMikhali, indodakazi kaSawule, akazalanga mntwana kwaze kwaba lusuku lokufa kwakhe.


Balimaza oyinyumba, abakwenzi okuhle kumfelokazi.


“Ogodlela umngani wakhe odangele umusa, ulahla ukwesaba uSomandla.


“ ‘Awuyukuthatha owesifazane abe yimbangi kadadewabo ukuba wembule ubunqunu bakhe esekhona udadewabo.


Yayisithi kuyise: “Mangenzelwe lokhu: ngiyeke izinyanga ezimbili ngihambe, ngehlele ezintabeni, ukuze ngililele ubuntombi bami, mina nabangani bami.”


U-Elikhana wayenza kanjalo minyaka yonke, uma enyukele endlini kaSimakade. UPhenina wayemchukuluza njalo uHana, ngakho-ke wakhala, akaze adla lutho.


UHana wakhuleka wathi: “Inhliziyo yami iyethaba kuSimakade, uSimakade ungiqinisile, manje nginempendulo ezitheni zami, ngiyathokoza, ngokuba ungikhululile.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ