Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 1:14 - IsiZulu 2020

14 U-Eli wathi kuye: “Uyakudakwa kuze kube nini na? Susa iwayini lakho kuwe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 U-Eli wathi kuye: “Uyakudakwa kuze kube nini na? Susa iwayini lakho kuwe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 UEli wasesithi kuye: Uzadakwa kuze kube nini? susa iwayini lakho kuwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 1:14
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

uma udedisele kude inkohlakalo esesandleni sakho, ungakuhlalisi ukungalungi emathendeni akho,


Uma ubuyela kuSomandla, uyakusimamiswa, uma ususa ukungalungi ethendeni lakho,


“Kuyoze kube nini ukhuluma lezi zinto, amazwi akho abe ngumoya onamandla, na?


Kuyoze kube nini, nisukela umuntu ukuba nimbulale nonke, njengodonga olutshekile nothango oludilikayo na?


Qhela ekukhulumeni okugwegwile, dedisela kude nawe izindebe ezonakele.


Uyakulala kuze kube nini, vilandini? Uyakuvuka nini ebuthongweni bakho na?


Kepha abanye bababhuqa, bethi: “Badakwe yiwayini elimnandi.”


Bonke bagcwala uMoya oNgcwele, baqala ukukhuluma ngezinye izilimi, njengalokhu uMoya wabapha ukuphumisela.


Ngakho-ke hlukanani namanga, nikhulume iqiniso, kube yilowo nalowo nomakhelwane wakhe, ngokuba singamalungu omunye elomunye.


Makususwe kini bonke ubumunyu, intukuthelo, ulaka, umsindo, ukuhlambalaza, nakho konke okubi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ