Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 kwabaseKorinte 7:1 - IsiZulu 2020

1 Manje, maqondana nalokho enangilobela ngakho: kuhle ukuba indoda ingamthinti owesifazane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Maqondana nalokho enaloba ngakho, kuhle kumuntu ukuba angamthinti owesifazane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Mayelana nezinto enaloba ngazo kimi, kuhle kumuntu ukuba angamthinti owesifazane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Mayelana nezinto enaloba ngazo kimi, kuhle kumuntu ukuba angamthinti owesifazane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 kwabaseKorinte 7:1
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UNkulunkulu waqhubeka ephusheni, wathi kuye: “Nami impela ngiyakwazi ukuthi lokho okwenzile ukwenze ngenhliziyo emsulwa. Yingakho ngingakuvumelanga ukuba umthinte, ngakuthiya ukuze ungoni kimi.


Unjalo-ke olala nomfazi kamakhelwane wakhe: noma yimuphi omthintileyo uyakujeziswa.


Kepha ngenxa yobufebe, akube yileyo naleyo ndoda ibe nomfazi, kanjalo nowesifazane abe neyakhe indoda.


Kepha kulabo abangaganiwe nakubafelokazi ngithi bekungaba kuhle ukuba bahlale benjengami.


Amehlo akho awanamathele ensimini eziyivunayo; ngibadonse ngendlebe abafana ukuthi bangakuthinti. Uma womile ubokuya ezitsheni uphuze lokho okukhiwe ngabafana.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ