1 kwabaseKorinte 4:9 - IsiZulu 20209 Ngokuba ngiyabona ukuthi thina baphostoli, uNkulunkulu usenze saba ngabokugcina, njengabanqunyelwe ukuba bafe, ngokuba sesiphenduke into yokubukwa yizwe, yizingelosi, nabantu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Ngokuba ngithi kungathi uNkulunkulu usimisile thina baphostoli sibe ngabokugcina, sibe njengabanqunyelwe ukufa; ngokuba senziwe umbukwane wezwe nowezingelosi nowabantu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible9 Ngokuba ngithi uNkulunkulu usimisile thina baphostoli ekugcineni njengabamiselwe ukufa, ngokuba senziwe ukubukwa ezweni, nasezingelosini, nakubantu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20249 Ngokuba ngithi uNkulunkulu usimisile thina baphostoli ekugcineni njengabamiselwe ukufa, ngokuba senziwe ukubukwa ezweni, nasezingelosini, nakubantu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |