Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 kuThimothewu 2:14 - IsiZulu 2020

14 futhi u-Adamu akakhohliswanga, kodwa owesifazane okwathi esekhohlisiwe, waphambuka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Futhi u-Adamu kakhohliswanga, kepha owesifazane wathi ekhohlisiwe, waphambuka;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Futhi u-Adamu akakhohliswanga, kodwa owesifazane ekhohlisiwe waba esonweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Futhi u-Adamu akakhohliswanga, kodwa owesifazane ekhohlisiwe waba esonweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 kuThimothewu 2:14
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Owesifazane ebona ukuthi umuthi muhle, ufanele ukudliwa, nokuthi uyaheha emehlweni, uyanxaneleka ekuhlakaniphiseni, wakha izithelo zawo wadla, wanika nomyeni wakhe owayenaye lapho, naye wadla.


Kodwa uma ezale intombazane, uyobe engcolile amasonto amabili njengalokhu kwenzeka lapho esesikhathini. Isikhathi sokuhlambuluka kwakhe egazini siyoba yizinsuku ezingama-66.


Kepha nginovalo ukuthi njengalokho inyoka yamkhohlisa u-Eva ngobuqili bayo, kanjalo izingqondo zenu mhlawumbe zedukiswe, ziyeke ubuqotho nobumhlophe kuKhristu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ