Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 9:6 - IsiZulu 2020

6 Kumadodana kaZera: kunguJehuweli nabafowabo, bengama-690.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Kumadodana kaZera: nguJehuweli nabafowabo, bengamakhulu ayisithupha namashumi ayisishiyagalolunye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Emadodaneni kaSeraki; uJehuweli nabafowabo, bengamakhulu ayisithupha namashumi ayisishiyagalolunye;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 9:6
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Emveni kwalokho umfowabo osandla sakhe sasinentambo ebomvu esihlakaleni, waphuma, igama lakhe kwathiwa nguZera.


Amadodana kaJuda kungu-Eri, u-Onani, uShela, uPherezi, noZera. Kuwona u-Eri, no-Onani bafela eKhanani. Amadodana kaPherezi: kwakunguHezironi noHamuli.


UThamari, umalokazana wakwakhe, wamzalela uPherezi, noZera. Esewonke amadodana kaJuda ayeyisihlanu.


Amadodana kaZera: uZimri, u-Ethani, uHemani, uKhalikholi noDara; esewonke ayeyisihlanu.


KumaShiloni: kwakungu-Asaya, izibulo, namadodana akhe.


Kumadodana kaBhenjamini: kwakunguSalu kaMeshulamu kaHodaviya kaHasenuwa,


Abozalo lukaJuda ngemindeni yabo yilaba: kuShela: ngumndeni wabakwaShela; kuPherezi: ngumndeni wabakwaPherezi; kuZera: ngumndeni wabakwaZera.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ