Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 9:3 - IsiZulu 2020

3 EJerusalema kwakuhlala abakwaJuda, abakwaBhenjamini, nabakwa-Efrayimi, noManase:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 EJerusalema kwahlala kubantwana bakwaJuda, nakubantwana bakwaBenjamini, nakubantwana bakwa-Efrayimi noManase:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 EJerusalema kwahlala abanye babantwana bakwaJuda nabanye babantwana bakwaBenjamini nabanye babantwana bakwa-Efrayimi noManase;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 9:3
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Laba babeyizinhloko zezindlu zawoyise, beyizinhloko ngokwezizukulwane zabo; babehlala eJerusalema.


u-Uthayi ka-Amihudi ka-Omri ka-Imri kaBhani, kwabozalo lukaPherezi kaJuda.


Emva kokuhamba kwabo, kwalandela ababevela kuzo zonke izizwana zakwa-Israyeli, ababenhliziyo ziphokophelele ukufuna uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli, baya eJerusalema ukuyohlabela uSimakade uNkulunkulu wokhokho babo.


Kepha abantu bakwa-Asheri, abakwaManase, nabakwaZebuloni bazithoba, beza eJerusalema.


Abaholi babantu bahlala eJerusalema; abantu abaseleyo benza unkatho, bakhetha oyedwa kwabalishumi ukuba ayohlala eJerusalema, umuzi ongcwele, nabayisishiyagalolunye emizini yakubo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ