1 iziKronike 9:28 - IsiZulu 202028 Abanye babengamele izitsha zenkonzo, ngokuba zazibalwa zingeniswa, zibalwe zikhishwa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE28 Abanye babephethe izitsha zenkonzo, ngokuba zangeniswa ngokubalwa, zakhishwa ngokubalwa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202428 Abanye kubo babephethe izitsha zenkonzo ukuba bazingenise bazikhiphe njengomthetho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngalolo lusuku kwaqokwa amadoda okuqapha amagumbi lapho kwakugcinwe khona izipho ethempelini; izithelo zokuqala, nokweshumi kwamabele, nokwezithelo, minyaka yonke. Lawo madoda ayehambele yonke imizi ukuyoqoqa umkhiqizo owawunikelelwa ukunakekela abaphristi nabaLevi, njengalokhu kubhaliwe emthethweni. Bonke abantu bakwaJuda babewuthokozela umsebenzi owenziwa ngabaphristi nabaLevi,