Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 9:18 - IsiZulu 2020

18 Kwaze kwaba yileso sikhathi bengabalindi besango lenkosi ngasempumalanga; babengabalindisango benkambu yabozalo lukaLevi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Kwaze kwaba kuleso sikhathi babe sesangweni lenkosi ngasempumalanga; babe ngabalindisango bekamu* labantwana bakwaLevi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 obesehlale esangweni lenkosi ngasempumalanga kuze kube manje; babengabalindisango ngezigaba zabantwana bakwaLevi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 9:18
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ukudla okwakusetafuleni lakhe, indlela izinceku zakhe ezazihlala ngayo, ukuma kwezikhonzi zakhe, izembatho zazo, abaphathizitsha bakhe, umnikelo wakhe wokushiswa ayewunikela endlini kaSimakade, yabamba ongezansi.


Wayeseqoqa izinduna zamakhulu, amaKharithe, abalindi, nabo bonke abantu bezwe, bayithatha inkosi bayehlisa isuka endlini yesango labalindi esigodlweni, ngendlela yesango labalindi. Yafike yahlala esihlalweni sobukhosi.


Indlela esibekelweyo yesabatha eyayakhiwe ngaphakathi esigodlweni, nendlela yangaphandle inkosi eyayingena ngayo, yakususa endlini kaSimakade; ngenxa yenkosi yase-Asiriya.


Abalindisango kwakunguShalumi, u-Akubhi, uThalimoni, u-Ahimani, nabafowabo; uShalumi wayeyinhloko.


UShalumi kaKhore, ka-Ebhiyasafa, kaKhora, nabafowabo bendlu kayise, amaKhorahi; babephethe umsebenzi wenkonzo, bengabalindi bompheme wethabanakeli. Okhokho babo babengabalindisango benkambu kaSimakade.


ngabangenisa endlini kaSimakade, ekamelweni lamadodana kaHanani, indodana ka-Igidaliya, umuntu kaNkulunkulu elaliseceleni kwekamelo lezikhulu, elaliphezu kwekamelo likaMahaseya, indodana kaShalumi, umlindisango.


Wayesengibuyisa ngendlela yesango lendlu engcwele, elingaphandle, elibheke ngasempumalanga.


Isabambelele kuPhethro noJohane, bonke abantu bagijimela kubo emphemeni okuthiwa okaSolomoni, beshaqeke kakhulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ