Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 9:13 - IsiZulu 2020

13 nabafowabo, beyizinhloko zezindlu zokhokho babo, beyi-1 760, amadoda ahlakaniphile emsebenzini wenkonzo endlini kaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 nabafowabo, izinhloko zezindlu zawoyise, beyinkulungwane namakhulu ayisikhombisa namashumi ayisithupha, amadoda ahlakaniphile emsebenzini wenkonzo yasendlini kaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 nabafowabo, izinhloko zezindlu zoyise, inkulungwane namakhulu ayisikhombisa namashumi ayisithupha; amadoda amaningi anamandla emsebenzini wenkonzo yendlu kaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 9:13
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

KumaHebhroni, uHashabhiya nabafowabo, bengamaqhawe anamandla ayi-1 700, futhi bengababonisi kwa-Israyeli, phesheya kweJordani entshonalanga. Bengababonisi emsebenzini wonke kaSimakade nasezinkonzweni zenkosi.


Abafowabo, amaqhawe anamandla, babeyizi-2 700, izinhloko zoyise ezenziwa ababonisi abaphethe kwaRubeni, kwaGadi, nasengxenyeni yesizwana sakwaManase. Babephethe ezindabeni zonke zikaNkulunkulu, nasezindabeni zenkosi.


Naye uShemaya wayenamadodana ayebusa indlu kayise, ngokuba ayengamaqhawe anamandla.


No-Adaya kaJerohamu, kaPhashuri, kaMalikhiya, uMahasayi ka-Adiyeli, kaJahizera, kaMeshulamu, kaMeshilemithi, ka-Imeri,


KubaLevi: kwakunguShemaya kaHashubhi, ka-Azirikamu, kaHashabhiya, kwabozalo lukaMerari.


nabafowabo, amaqhawe anamandla ayeyi-128. Umphathi wabo omkhulu kwakunguZabhidiyeli, indodana kaHagedolimi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ