Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 9:1 - IsiZulu 2020

1 U-Israyeli wonke wabhalwa ngezizukulwane zakhe encwadini yamakhosi akwa-Israyeli. UJuda wathunjelwa eBhabhele ngenxa yeziphambeko zakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Wabhalwa-ke wonke u-Israyeli ngezizukulwane; bheka, balotshiwe encwadini yamakhosi akwa-Israyeli; uJuda wathunjelwa eBabele ngeziphambeko zakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Wabhalwa kanjalo wonke u-Israyeli ngezizukulwane; bheka, zilotshiwe encwadini yamakhosi akwa-Israyeli nakwaJuda, awathunjelwa eBabele ngenxa yeziphambeko zawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 9:1
22 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ezinye izindaba zikaJerobhowamu, ukuthi walwa kanjani nokuthi wabusa kanjani, zilotshiwe encwadini yezindaba zemihla ngemihla yamakhosi akwa-Israyeli.


Yathumba lonke iJerusalema, zonke izikhulu, wonke amaqhawe anamandla, abathunjwa abayizi-10 000, izingcweti nabakhandi, ayishiyanga muntu, ngaphandle kwalabo bezwe ababedla imbuya ngothi.


Yathumba uJehoyakini, yamyisa eBhabhele, indlovukazi unina wenkosi, amakhosikazi enkosi, izinduna zayo, nezikhulu zezwe, bonke yabathumba besuka eJerusalema yabayisa eBhabhele.


Wonke amadoda anamandla ayizi-7 000, izinyanga, abakhandi, izinkulungwane zamaqhawe ayezilungiselele ukulwa; bonke inkosi yaseBhabhele yabathumba yabayisa eBhabhele.


Amadodana ka-Ulamu ayengamaqhawe anamandla, ansala umnsalo; ayenamadodana amaningi, namadodana amadodana amaningi, eyi-150. Laba babengabozalo lukaBhenjamini.


USimakade wabehlisela abakhuzi bempi yenkosi yase-Asiriya. Zambamba uManase, zambopha ngamaketango nangozankosi, zamyisa eBhabhele.


Nampa abantu bezwe abakhuphuka ekuthunjweni ababethunjwe nguNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, ababuyela eJerusalema nakwaJuda, yilowo nalowo waya emzini wakubo,


Nampa ababuya bevela eTheli Mela, eTheli Harisha, eKherubhi, e-Adani, nase-Imeri, kepha abakwazanga ukusho ukuthi bangabaziphi izindlu zoyise uma babedabuka kwa-Israyeli:


Abaholi babantu bahlala eJerusalema; abantu abaseleyo benza unkatho, bakhetha oyedwa kwabalishumi ukuba ayohlala eJerusalema, umuzi ongcwele, nabayisishiyagalolunye emizini yakubo.


UNkulunkulu wangenza ngaba nevuso enhliziyweni yami, ngase ngimemela abantu embizweni yeziphathimandla nezikhulu nabantu, ukuba bazobhalisa ngokwemindeni yabo. Ngathola umlando wolibo lwalabo ababebuye kuqala. Nakhu engakutholayo:


Labo ababefuna imininingwane yemindeni yabo, kodwa abayitholanga, ngakho-ke abafakwanga ohleni lwabaphristi, bathathwa ngokuthi kabahlanzekile.


amaqhawe namadoda empi, abehluleli nabaphrofethi, ababhuli namalunga,


Imizi eNegevu ivaliwe, akekho oyivulayo. UJuda wonkana uthunjiwe, uthunjwe ngokupheleleyo.


Insali yabantu ababesemzini, namambuka ayehlubukele kuye, nalabo bantu ababesele kuNebuzaradani, induna yabalindi, wabathumbela eBhabhele.


INkosi uNkulunkulu yanikela esandleni sakhe uJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, nengxenye yezitsha zasendlini kaNkulunkulu, waziyisa eShineyari endlini kankulunkulu wakhe; izitsha wazibeka endlini yengcebo kankulunkulu wakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ