Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 8:6 - IsiZulu 2020

6 Nanka amadodana ka-Ehudi, izinhloko zezindlu zawoyise zezakhamuzi zaseGebha, ezathunjelwa eManahathi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Nanka amadodana ka-Ehudi, izinhloko zezindlu zawoyise zabakhe eGeba, ezathunjelwa eManahati,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Lawa angamadodana ka-Ehudi: lezi ziyizinhloko zawoyise zabakhileyo eGeba, basuka baya eManahati.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 8:6
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amadodana kaBhenjamini: kwakunguBhela, uBhekheri, u-Ashibheli, uGera, uNahamani, u-Ehi, uRoshi, uMuphimu, uHuphimu, no-Aridi.


Amadodana kaJerameli, izibulo likaHezironi, kwakunguRamu izibulo, elanywe ngoBhuna, u-Oreni, u-Osemi no-Ahiya.


UShobhali, uyise kaKiriyathi Jeharimi, wayenalawa madodana: oHarowe nengxenye kaMenuhothi.


Amadodana kaSalima: kwakunguBhethlehema, uNethofa, u-Atharothi Bhethi Jowabe, nengxenye yamaManahathi, amaZori.


Esizwaneni sakwaBhenjamini bawanika iGebha namadlelo alo, i-Alemethi namadlelo alo, ne-Anathothi namadlelo alo. Isiyonke imizi yawo ngokwemindeni yawo yayiyimizi eli-13.


Indodana kaJediyayeli: kwakunguBhilihani. Amadodana kaBhilihani: kunguJewushe, uBhenjamini, u-Ehudi, uKhenahana, uZethani, uTharishishi no-Ahishahari.


zayiswa ekuthunjweni: nguNahamani, u-Ahiya, uGera owayezala u-Uza no-Ahihudi.


Esizwaneni sakwaBhenjamini bathola: iGibheyoni namadlelo alo, iGebha namadlelo alo,


Abantu bakwa-Israyeli baphinde benza okubi emehlweni kaSimakade, emva kokufa kuka-Ehudi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ