4 u-Abhishuwa, uNahamani, u-Ahowa,
4 no-Abishuwa, noNahamani, no-Ahowa,
4 no-Abishuwa, noNahamani, no-Ahoagi,
uZalimoni, umAhohi, uMaharayi waseNethofa,
Wayelandelwa ngu-Eleyazare, indodana kaDodo, indodana ka-Ahowahi. Wayengomunye wamaqhawe amathathu ayenoDavide mhlazana edelela amaFilisti ayeqoqene lapho ukuze alwe no-Israyeli, kodwa abakwa-Israyeli base behambile.
Wayelandelwa ngu-Eleyazare, indodana kaDodo, umAhohi, owayengomunye wamaqhawe amathathu.
Amadodana kaBhela: kwakungu-Adari, uGera, u-Abhihudi,
uGera, uShefufani noHuramu.