Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 8:34 - IsiZulu 2020

34 Indodana kaJonathani kwakunguMeribhi Bhali. UMeribhi Bhali wazala uMikha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Indodana kaJonathani yayinguMeribi Bali; uMeribi Bali wazala uMika.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Indodana kaJonathani yayinguMeribali; uMeribhahali wazala uMika.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 8:34
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJonathani, indodana kaSawule, yayinendodana elunyonga. Yayineminyaka emihlanu lapho kuzwakala izindaba ngoSawule noJonathani zivela eJizreyeli, ngakho-ke umzanyana wayo wayithatha, wabaleka nayo. Ngesikhathi ephuthuma ebaleka, yawa, yaba lunyonga. Igama layo kwakunguMefibhoshethi.


Uyakumlimela umhlabathi, wena namadodana akho nezinceku zakho, uvune ukuze indodana yenkosi yakho ibe nokudla, kodwa uMefibhoshethi, indodana yenkosi yakho, uyakudla njalo etafuleni lami.” UZiba wayenamadodana ali-15 nezinceku ezingama-20.


UMefibhoshethi wayenendodana encane, igama layo kunguMikha. Bonke ababehlala endlini kaZiba babeyizinceku zikaMefibhoshethi.


UMefibhoshethi, indodana kaJonathani kaSawule, wafika kuDavide, wakhothama wathi mbo ngobuso. UDavide wathi: “Mefibhoshethi.” Wathi: “Inceku yakho ilapha.”


UNeri wazala uKishi; uKishi wazala uSawule; uSawule wazala uJonathani, uMalikhi Shuwa, u-Abhinadaba no-Eshi Bhali.


Amadodana kaMikha: kwakunguPhithoni, uMelekhi, uThareya no-Ahazi.


Indodana kaJonathani kwakunguMeribhi Bhali. UMeribhi Bhali wazala uMikha.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ