Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 8:28 - IsiZulu 2020

28 Laba babeyizinhloko zezindlu zawoyise, beyizinhloko ngokwezizukulwane zabo; babehlala eJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Labo babe yizinhloko zezindlu zawoyise, izinhloko ezizukulwaneni zabo, bahlala eJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Laba babeyizinhloko zawoyise ngemindeni yabo, amadoda ayizinhloko. Babehlala eJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 8:28
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

uJahareshiya, u-Eliya, noZikhiri, kungamadodana kaJerohamu.


EGibheyoni kwakuhlala uyise kaGibheyoni, igama lomkakhe kunguMahakha.


UMakhilothi wazala uShimeya. Nabo bahlala nabafowabo eJerusalema.


EJerusalema kwakuhlala abakwaJuda, abakwaBhenjamini, nabakwa-Efrayimi, noManase:


Labo babeyizinhloko zezindlu zawoyise babaLevi, izinhloko ezizukulwaneni zabo, babehlala eJerusalema.


Kumadodana kaBhenjamini: kwakunguSalu kaMeshulamu kaHodaviya kaHasenuwa,


Abaholi babantu bahlala eJerusalema; abantu abaseleyo benza unkatho, bakhetha oyedwa kwabalishumi ukuba ayohlala eJerusalema, umuzi ongcwele, nabayisishiyagalolunye emizini yakubo.


Abozalo lukaJuda abakwazanga ukuwaxosha amaJebhusi ayehlala eJerusalema, asahlala nabo kuze kube namuhla.


iZela, i-Hahelefi, iJebusi okuyiJerusalema, iGibheya, neKiriyathi, kuyimizi eli-14 nemizana yayo. Lesi kwakuyisabelo sabozalo lukaBhenjamini ngokwemindeni yabo.


Kodwa abozalo lukaBhenjamini abawaxoshanga amaJebusi ayehlala eJerusalema, ngakho-ke amaJebusi asahlala eJerusalema phakathi kwabozalo lukaBhenjamini kuze kube namuhla.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ