Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 7:4 - IsiZulu 2020

4 Kuwo kwakukhona amabutho ngamaviyo awo, ezizukulwaneni zezindlu zokhokho bawo. Kwakungamabutho ayizi-36 000, ngokuba babenabafazi abaningi namadodana amaningi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Kanye nawo kwakukhona ngezizukulwane zawo ngezindlu zawoyise amaviyo empi yokulwa, abayizinkulungwane ezingamashumi amathathu nesithupha, ngokuba babe nabafazi abaningi namadodana amaningi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kanye nabo, ngokwemizalwane yabo, ngokwezindlu zoyise, kwakukhona amaviyo empi, amadoda ayizinkulungwane ezingamashumi amathathu nesithupha, ngokuba babe nabafazi abaningi namadodana amaningi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 7:4
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwabozalo luka-Isakhare, labo ababeqonda ngezikhathi ukuba bazi okufanele kwenziwe ngu-Israyeli; izinhloko zabo ezazingama-200; bonke abafowabo balalela izwi labo.


Indodana ka-Uzi: kunguJizirahiya. Amadodana kaJizirahiya: kwakunguMikhayeli, u-Obhadiya, uJoweli noJishiya; eyisihlanu esewonke futhi wonke eyizinhloko.


Abakwa-Isakhare ngokwemindeni babeyizi-87 000, bengamaqhawe, futhi bonke bebhalwe ngezizukulwane zabo.


Izinkomo eziyizi-36 000, intela kaSimakade kungezingama-72,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ