Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 7:21 - IsiZulu 2020

21 uZabhadi, uShuthela, u-Ezeri no-Eleyadi, babulawa ngabantu baseGathi ababezelwe kulelo lizwe, ngokuba behla ukuzothatha imfuyo yabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 noZabadi indodana yakhe, noShuthela indodana yakhe, no-Ezeri no-Eleyadi ababulawa ngabantu baseGati ababezelwe kulelo zwe, ngokuba behla ukuthatha izinkomo zabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

21 NoZabadi indodana yakhe, noSutela indodana yakhe, no-Ezeri, no-Eleyadi ababulala abantu baseGati ababezalelwe kulelo zwe, ngokuba behla ukuzothatha izinkomo zabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 7:21
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abozalo luka-Efrayimi: kwakunguShuthela, uBheredi, uThahathi, u-Eleyada uThahathi,


U-Efrayimi uyise walila izinsuku eziningi; abafowabo beza bamduduza.


“Isho kanje iNkosi uSimakade, ithi: ‘Ngenxa yokuba amaFilisti aziphindiselele, ephindisela nokuphindisela ngobubi obusenhliziyweni yawo, ukuba abhubhise ngenzondo engapheliyo,


Iningi labaJuda lalifikile ukuzoduduza uMartha noMariya ngomnewabo.


Umphongolo kaNkulunkulu base bewuthuthela e-Ekhroni. Kwathi lapho ufika e-Ekhroni, abantu base-Ekhroni bakhala, bathi: “Balethe lapha lo mphongolo kaNkulunkulu ka-Israyeli ukuba asibulale thina nabantu bakithi.”


Bathumela, baqoqa onke amakhosi amaFilisti, bathi: “Sizokwenzenjani ngomphongolo kaNkulunkulu ka-Israyeli na?” Athi: “Umphongolo kaNkulunkulu ka-Israyeli masiwuthuthele eGathi.” Bawuthuthela khona umphongolo kaNkulunkulu ka-Israyeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ