Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 7:15 - IsiZulu 2020

15 UMakhiri wathathela uHuphimi noShuphimi abafazi, udadewabo kwakunguMahakha. Igama lowesibili kwakunguZelofehadi. UZelofehadi wayenamadodakazi wodwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 UMakiri wathathela oHuphimi noShuphimi abafazi; igama likadadewabo lalinguMahakha. Igama lowesibili lalinguSelofehadi; uSelofehadi wayenamadodakazi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 UMagiri wayesethatha udadewabo kaHuphimi noSupimi, udadewabo ogama lakhe linguMaga, waba ngumkakhe; igama leyesibili lalinguSelofehadi; uSelofehadi wayenamadodakazi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 7:15
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nesancinza sakhe esigama laso kunguRehuma samzalela amadodana uTebha, uGahamu, uTahashi, noMahakha.


Amadodana ka-Iri: kwakunguShuphimi noHuphimi. UHushimi eyindodana ka-Aheri.


Amadodana kaManase: kwakungu-Asiriyeli ayemzalelwe isancinza sakhe, umAramukazi, sazala noMakhiri uyise kaGileyadi.


UMahakha, umkaMakhiri, wazala indodana, wayiqamba igama wathi nguPhereshi; igama lomfowabo kunguShereshi; amadodana akhe kungu-Ulamu noRakhemi.


UZelofehadi, indodana kaHeferi, wayengenamadodana enamadodakazi wodwa. Amagama amadodakazi kaZelofehadi yilawa: kwakunguMahela, uNowa, uHogila, uMilikha noThiriza.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ