Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 6:54 - IsiZulu 2020

54 Nazi izindawo zawo zokuhlala, izinkambu zawo emingceleni yawo: amadodana ka-Aroni awomndeni kaKhohathi, ngokuba yiwo adliwa wunkatho kuqala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

54 Lezi ziyizindawo zawo zokuhlala njengamakamu* awo emikhawulweni yawo: amadodana ka-Aroni emindeni yamaKohati ngokuba yiwona adliwa yinkatho yokuqala

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

54 Lezi zaziyizindawo zabo zokuhlala ezinqabeni zabo emkhawulweni wabo, emadodaneni ka-Aroni emindenini yamaKohati; ngokuba inkatho yadla kubo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 6:54
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Yilawo-ke amagama amadodana ka-Ishmayeli ngokwakha kwawo emizaneni yawo, nangokuma kwawo enkanjini, ayizinhloko zezizwana ezilishumi nambili.


KuKhohathi kwavela le mindeni: oka-Amramu, okaJizihari, okaHebhroni noka-Uziyeli. Yilena imindeni kaKhohathi.


Yonke imizi yabo ezindaweni, lapho babehlala khona, nawo wonke amathende abo bakushisa ngomlilo.


yaba ngeyabozalo luka-Aroni, bemindeni yamaKhohathi ayengabaLevi, selokhu bakhonjwa wunkatho lokuqala.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ