Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 5:23 - IsiZulu 2020

23 Abantu ababeyingxenye yesizwana sakwaManase bahlala kulelo lizwe, kusukela eBhashani kuze kube seBhali Hermoni, eSeniri, nasentabeni iHermoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Abantwana benxenye yesizwe sakwaManase bahlala kulelo zwe, kusukela eBashani kuze kube seBali Hermoni naseSeniri nasentabeni yaseHermoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Abantwana benxenye yesizwe sakwaManase bahlala ezweni; banda kusukela eBashani kuze kufike eBali Hermoni naseSeniri naseNtabeni iHermoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 5:23
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nazi izinhloko zezindlu zokhokho babo: ngu-Eferi, u-Ishi, u-Eliyeli, u-Aziriyeli, uJeremiya, uHodaviya noJahidiyeli; babengamaqhawe anamandla, amadoda anegama futhi eyizinhloko zezindlu zokhokho babo.


Kufana namazolo eHermoni ehlela ezintabeni iZiyoni. Ngokuba uSimakade wayaleza khona isibusiso, ukuphila kuze kube phakade.


Woza sisuke eLebhanoni, makoti wami, usuke nami eLebhanoni, wehle esiqongweni se-Amana nasesiqongweni seShiniri naseHermoni, sisuke emiphandwini yamabhubesi nasezintabeni zezingwe.


Bakwenzele amapulangwe akho ngemisayiphuresi yaseSeniri; balanda umsedari eLebhanoni ukuba benze insika yakho.


Amadodana kaJosefa ngemindeni yawo yilawa: uManase no-Efrayimi.


Izibulo lenkunzi yakhe, udumo lwakhe, nezimpondo zenyathi ziyizimpondo zakhe; ngazo uyakuqhubukusha izizwe zonke ekugcineni komhlaba; zinjalo izigidi zakwa-Efrayimi, zinjalo izinkulungwane zakwaManase.’


neGileyadi nesifunda samaGeshuri, namaMahakhathi, nayo yonke intaba iHermoni, nalo lonke iBhashani kuya eSalekha,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ