Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 5:21 - IsiZulu 2020

21 Adla izinkomo zabo, amakamela ayizi-50 000, izimvu eziyizi-250 000, izimbongolo eziyizi-2 000, nabantu abayizi-100 000.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Asusa izinkomo zabo, namakamela ayizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu, nezimvu eziyizinkulungwane ezingamakhulu amabili namashumi ayisihlanu, nezimbongolo eziyizinkulungwane ezimbili, nabantu abayizinkulungwane eziyikhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Basebethatha imfuyo yabo; amakamela abo abe yimihlambi eyizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu namakhulu amabili namashumi ayisihlanu, nezimbongolo eziyizinkulungwane ezimbili, namadoda ayizinkulungwane eziyikhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 5:21
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngesikhathi ethola usizo lokulwa nabo, amaHagiri anikelwa ezandleni zawo nabo bonke ababenawo, ngokuba akhala kuNkulunkulu empini, amncenga, ngoba ayemethemba.


Kwawa abaningi bebulewe, ngoba impi yayingekaNkulunkulu. Ahlala endaweni yabo aze athunjwa.


USimakade wawashaya amaKhushe phambi kuka-Asa noJuda; amaKhushe abaleka.


Bacekela phansi amathende emfuyo, bathatha izimvu eziningi namakameli, babuyela eJerusalema.


Niyothatha, nithwale amathende abo, imihlambi yabo, amakhethini abo, nazo zonke izimpahla zabo, amakameli abo, nimemeze kubo nithi: ‘Kugcwele ukwesabeka nxazonke.’


isinamoni, okunephunga elimnandi, impepho, amafutha okuqhola, inhlaka, iwayini, amafutha omnqumo, impuphu ecolisekileyo, ukolo, izinkomo, izimvu, amahhashi, izinqola, izigqila, imizimba nemiphefumulo yabantu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ