Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 5:18 - IsiZulu 2020

18 Amadodana kaRubeni, nabakwaGadi, nengxenye yesizwana sakwaManase, kwakungamadoda anamandla, aphatha ihawu nenkemba, ansale umnsalo futhi eqeqeshelwe ukulwa, ayeyizi-44 760 aya empini,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Amadodana kaRubeni, nabakwaGadi, nenxenye yesizwe sakwaManase, amadoda anamandla, amadoda aphatha ihawu nenkemba, ansala umnsalo, ayefunde ukulwa, ayeyizinkulungwane ezingamashumi amane nane namakhulu ayisikhombisa namashumi ayisithupha aphuma impi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Abantwana bakwaRubeni nabakwaGadi nengxenye yesizwe sakwaManase, emadodeni anamandla, ahloma izikhali nezinkemba, acibishela idandili, anekhono lokulwa, babe yizinkulungwane ezingamashumi amane nane namakhulu ayisikhombisa namashumi ayisithupha, abaphuma umkhosi empini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 5:18
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Emihleni kaSawule bahlasela amaHagiri, bawanqoba, base behlala emathendeni awo ngasempumalanga yalo lonke elakwaGileyadi.


kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, bonke kwa-Israyeli asebekwazi ukuphuma baye empini, wena no-Aroni, niyobabala ngamaviyo abo.


UMose wayesenika abozalo lukaGadi nabolukaRubeni nengxenye yesizwana sakwaManase, indodana kaJosefa, umbuso kaSihoni inkosi yama-Amori nombuso ka-Ogi inkosi yaseBhashani, izwe nemizi nezifunda ezizungeze imizi yezwe.


UJoshuwa wayesekhuluma nabakwaRubeni nabakwaGadi nengxenye yesizwana sakwaManase, wathi:


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ