Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 5:16 - IsiZulu 2020

16 Bahlala kwaGileyadi eBhashani nasemizaneni yalo, nasemadlelweni wonke eSharoni, kwaze kwaba semingceleni yawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Bahlala kwaGileyadi eBashani nasemizini yalo nasemadlelweni onke aseSharoni kwaze kwaba semikhawulweni yawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Bahlala kwaGileyadi eBashani nasemadlelweni alo nasemadlelweni onke aseSharoni emideni yabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 5:16
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Imihlambi eyayiklaba eSharoni yayiphethwe nguShithirayi, umSharoni; kuthi imihlambi eyayisezigodini iphathwe nguShafathi, indodana ka-Adilayi.


U-Ahi ka-Abhidiyeli kaGuni wayeyinhloko yezindlu zokhokho babo.


Luzokhahlela kakhulu luthokoze, lujabule, lugide. Inkazimulo yeLebhanoni izobuyiselwa kulo nobukhosi beKharimeli nobeSharoni. Bayakubona inkazimulo kaSimakade, ubukhosi bukaNkulunkulu wethu.


ISharoni liyakuba yidlelo lezimvu, nesigodi i-Akhori sibe yindawo yokubuthisa izinkomo kubantu bami.


Bonke labo abakhe eLida naseSarona bambona, baphendukela eNkosini.


UMose wanika isizwana sakwaGadi ifa, ngokwemindeni yaso:


Leli kwakuyifa lozalo lukaGadi ngokwemindeni yabo, imizi nezifunda zabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ