Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 4:43 - IsiZulu 2020

43 Bayibhubhisa insali yama-Amaleki eyayiphunyukile, basahlala lapho kuze kube namuhhla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

43 Bachitha insali yama-Amaleki ephunyukileyo, bahlala khona kuze kube namuhla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

43 Bachitha insali yama-Amaleki akhululiweyo, bahlala khona kuze kube namuhla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 4:43
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

e-Aramu, kwaMowabi, kubantu bakwa-Amoni, kumaFilisti, kuma-Amaleki, nasempangweni kaHadadezeri, indodana kaRehobhe, inkosi yaseZobha.


Izingongolo zazizinde kangangokuba izihloko zazo zazibonakala endaweni engcwele, phambi kwegumbi elingcwele elingaphakathi, nokho zazingaveli ngaphandle kwalo. Umphongolo uselapho kuze kube namuhla.


Ngase ngithulula intukuthelo nolaka lwami, kwavutha emizini yakwaJuda nasemigwaqweni eJerusalema, kwaphenduka incithakalo nembumbiso njengoba kunjalo nanamuhla.


Yingakho-ke leyo nsimu kuthiwa yinsimu yegazi kuze kube namuhla.


Abalindi bayithatha imali, benza njengalokhu beyaliwe. Lolo daba lwasabalala kubaJuda kuze kube namuhla.


Wamngcwaba esigodini kwaMowabi, maqondena neBhethi Pheyori kodwa akukho muntu olaziyo ithuna lakhe kuze kube namhlanje.


Indoda yahamba yaya ezweni lamaHithi, yakha umuzi yawuqamba ngokuthi yiLuzi, usabizwa ngalelo gama kuze kube namuhla.


Yayisimehlisela kubo. Bheka, babehlakazeke indawo yonke; bedla, bephuza, besina ngenxa yempango ababeyidle ezweni lamaFilisti nakwaJuda.


UDavide wababulala kusukela ekushoneni kwelanga kwaze kwahlwa ngakusasa, akuphunyukanga muntu kubo ngaphandle kwezinsizwa ezingama-400 ezagibela amakameli, zabaleka.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ